INingizimu Afrika inama holide omphakathi ayi-12 asemthethweni agujwa minyaka yonke. Nangesikhathi sobandlululo kukhona amaholide akade egujwa aphinde aqhubeka ukuthi agujwe emva konyaka we-1994, amaningi ayegujwa ngalesi sikhathi achithwa wonke. Iningi lamaholide agujwa eNingizimu Afrika aba semthethweni emva konyaka we-1994 ngenkathi iNingzimu Afrika ithola Inkululeko. Amaholide amaningi aseNingizimu Afrika aqala ukugujwa emva konyaka we-1995 ngesikhathi Umthetho Sivivinywa Wamaholide Omphakathi uvunyelwa uPhalamende ngonyaka we-1995.
Uhlu lwamholide omphakathi agujwa eNingizimu Afrika.
Usuku | Igama | Lahlongozwa |
---|---|---|
1 January | New Year's Day | 1910 |
21 kuNhlaba | Usuku lwaMalungelo Esintu | 1990[1] |
Ulwesihlanu ngaphambi kweSonto Lephasika | Ulwsihlanu Oluhle | 1910 |
Umsombuluko olandela iSonto Lephasika | Usuku Lomndeni | 1980 |
27 kuMbasa | Usuku Lwenkululeko | 1994[1] |
1 kuNhlaba | Usuku Lwabasebenzi | 1995[2] |
16 kuNhlangulana | Usuku Lwentsha | 1995[3] |
9 kuNcwaba | Usuku Lwabesifazane | 1995[4] |
24 kuMandulo | Usuku Lwamagugu | 1995[5] |
16 kuZibandlela | Usuku Lokubuyisana | 1995 |
25 kuZibandlela | Ukhisimuzi | 1910 |
26 kuZibandlela | Usuku Loxolo | 1910 |
<ref>
tag; name "Archive" defined multiple times with different content
© MMXXIII Rich X Search. We shall prevail. All rights reserved. Rich X Search